80 Church Street, Fourways, 2055
+27 10 220 5285
info@thokozadlozii.co.za

Blog

Abaphile Abantu

Ukubuya kwesidumbu emagcekeni

Siyakhuleka emakhosini ๐Ÿ‘ ๐Ÿ‘๐Ÿ‘ Nithi benazi nje ukuthi uma isdumbu sivela emakhazeni siyagezwa ngomswane nenyongo ngaphambi kokungeniswa emabaleni ekhaya? Loku kwenzelwa ukuthi angabuyi ekhala ngamakhaza noma agulise abantu basekhaya ngomkhuhlane ongapheleyo. Makwande kuvuleke kukhanye๐Ÿ‘๐Ÿ‘๐Ÿ‘

Ukuvusa Umuzi

Lulunye kuncwaba, siyakhuleka bantwana bokhokho nokhokhokazi. Ukuvusa umuzi kusuke kuvuswa abantu abadala abasake babakhona kulelogceke. Ukugana komuntu wesifazane kusuke kuzovuswa abantu phakathi kwegceke. Uma uthi ucela intokazi izokuvusela umuzi, kusuke kuzovuswa abasake babakhona kulelogceke. Thina bantu esiphilayo kasinalo ilungelo nezinqumo ngokutholakala kwabantu, ukuzaleka kwabantwana. Abantu abadala okufanele benze izinqumo ngokutholakala kwabantwanaโ€ฆ Yebo isikhathi sesihlukile, kasisafani…
Read more

Ukulandwa komuntu ongasekho lapho esweleke khona

Siyakhuleka emakhosini ๐Ÿ‘ Ake sibambe naku okulandelayo. UKULANDWA KONGASEKHO Isiko lesintu lapho kusuke kuyolandwa ilungu lomndeni elingasekho endaweni lapho aphumela khona umphefumelo. Uma kwenziwa lomsebenzi kusetshenziswa ihlamvu lesihlahla somlahlankosi LENZIWA KANJANI Mhlazane kuyolandwa umuntu lapho aphumela khona umphefumulo kuyaye kuhanjwe nehlamvu lesihlala somlahlankosi. Uma kwenziwa leli siko kuyaye kuhambe abantu besilisa kuphela, ngoba kunenkolelo yokuthi…
Read more

Grief

Your grief is your own. It may sneak up in moments that feel inconvenient. But the loss of someone you love was never something that was convenient. So your grief wonโ€™t be either. You will grieve. You will cry. You will break down. You will be a mess. But you donโ€™t owe anyone an apology…
Read more

Yini Ukuphahla?

Asibingelele bantwana bethongo ake ngichaze ngoku phahla Yini ukuphahla? Ukuphahla ilapho khona ozivusele khona umsamo wakho endaweni ozoyihlonipha Sikwenzelani ukuphahla? Ilapho khona sixhumana nomdali kanye namathongo ekuphileni kwethu Kusisiza ngani ukuphahla? Kusilethela izimpendulo eziqhamuka ezidalweni nendlela ekumele siyithathe ukuze singabi nayo impilo enesisindo noma singabhekani nobunzima ngoba okhokho bethu babemazi umvelingqangi ehlonishwa yingakho kwaba khona…
Read more

Dangers of Online Rituals

Siyakhuleka emakhosini ๐Ÿ‘๐Ÿผ๐Ÿ‘๐Ÿผ๐Ÿ‘๐Ÿผ Kunama Rituals aye afakwe abanye abantu kuma Social media platforms; for instance kuthiwe “thatha I Fanta orange uyihlanganise nobisi ugeze ngakho ngo 12midnight.” DISCLAIMER: lesi isibonelo. Kuyingozi ukuhamba wenza zonke izinto ezibhalwe / zikhulunywa abantu ngenxa yezizathu zabo ezithize. QAPHELANI ningazithola senithwasiswele imimoya emibi ningazi, bese kubanzima ukuphuma kulesosithwalo. Makwande Makukhanye kakhulu…
Read more